Search Books

Ikhayalami - Amabala Omlanjwana (Zulu Edition)

Author Themba Ntsimango
Publisher Reach Publishers
📄 Viewing lite version Full site ›
🌎 Shop on Amazon — choose country
29.00 USD
🛒 Buy New on Amazon 🇺🇸 🏷 Buy Used — $37.91

✓ Usually ships in 24 hours

Share:
Book Details
ISBN / ASIN0620541202
ISBN-139780620541206
AvailabilityUsually ships in 24 hours
Sales Rank7,151,901
MarketplaceUnited States 🇺🇸

Description

Umlobi usibekela kucace ngezigaba zomuntu kusuka ezalwa aze abe mpunga. Umzabalazo uqhubeka kuze kulamule igodi. Bayazalwa abantu ngaphansi kwezimo ezingafani. Okumnandi angaphikisani nako umlobi la ukuthi noma ngabe ufike ngayiphi indlela emhlabeni, kube yisu loMdali ukuba igama lakho libalwe kwabaphilayo. Kunezimo umuntu azalelwa kuzo, kuyovela egameni lakhe, lizoyixoxa yonke indaba, uSbusiso, uLahliwe, uKhwezi, uBonakele – onke amagama anomlandu awuxoxayo ngomuntu owethiwe. Zizwele isiko lihambisana nenkolo, ubuye uzizwele isiko liphambana nenkolo. Umlobi usivezela ubulikhuni imilanjwana ebhekana nabo empilweni, isikhuliswa obab’-malume nawokhulu. Ukhondolo lwesiqalekiso oluye luveze ikhanjana isizukulwane ngesizukulwane ngokuziphindaphinda. Asazi ukuthi kolamula umsamo, noma kolamula umkhuleko yini la, usuyozinqumela wena. Uyayichaza indaba yevezandlebe, uwuzwe kahle umehluko. Kanti yona ingane yesihlahla! Ayikho inkomo engachazwanga la inhloso yayo; asikho isigaba sesikompilo esinganekwanga obala, wena mbeleko, wena mhlonyane, wena mgonqo, wena memulo, wena msamo, wena sigodlo, ithimba, ikhetho... wena lobolo, wena mgcagco, wena nhlawulo, wena ndawa, wena ndiki! Ngisho noJehova imbala, wesizwe sakwa Israyeli akasali kulolu daba! Ngeke, zizwele mfundi, zibondiwe la!